Wemadoda ngizweleni
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi
(Wamqoma kanjani?) wezintombi ngizweleni nani
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi
(Wamqoma kanjani?) ngibizeleni ingalo yom'thetho oh
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) kubi, kubi lana
(Wamqoma kanjani?) wemadoda ngizweleni bo
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) anilamuleni
(Wamqoma kanjani?)
Umlingi wanglinga ngamanga
Yena ungiyenge ngayengeka
Inolimi insizwa, yilo, yilo
Elingenze ngabhekana nensambatheka engibhekane nayo
Mana makhelwane (makhelwane)
Lalela, ngeke uqonde ilikhunyana lendaba yami
Mina ngathenjiswa, ngathenjiswa
Izulu nomhlaba (izulu nomhlaba)
Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?
Wamqoma kanjani?
Sengicela ningisize
Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?
Ukuze ngiphume ngiphila lana
Wamqoma kanjani?
Sengicela nizw' isililo sami
Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?
Hleze ngaphuma ngiphila lana
Wamqoma kanjani?
Sengicela ningisize
Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?
Sengizwile kwanele manje
Wamqoma kanjani?
Umlingi wanglinga ngamanga
Hamb' utshel abantu ukuth uqonyiwe
Awkaqonywa
Thando luxhashazwa ngoba banemali
Munt' owadal' imali ng'yamesaba
Lapho kunemal ak'lungi lutho
Seng'buyel ekhaya mina
Wemadoda ngizweleni
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi
(Wamqoma kanjani?) wezintombi ngizweleni nani
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi
(Wamqoma kanjani?) ngibizeleni ingalo yom'thetho oh
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) kubi, kubi lana
(Wamqoma kanjani?) wemadoda ngizweleni bo
(Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) anilamuleni
(Wamqoma kanjani?)
Umlingi wanglinga ngamanga
Tenha acesso a benefícios exclusivos no App e no Site
Chega de anúncios
Badges exclusivas
Mais recursos no app do Afinador
Atendimento Prioritário
Aumente seu limite de lista
Ajude a produzir mais conteúdo